top of page
The fruit of the Spirit
  The one who does what is right is righteous, just as he is righteous. 8 The one who does what is sinful is of the devil because the devil has been sinning from the beginning. The reason the Son of God appeared was to destroy the devil’s work.

 Isithelo Sikamoya

 

 

 

Bantwana abathandekayo, ningavumeli muntu ukuba anidukise. Lowo owenza ukulunga ulungile, njengoba nje naye elungile. 8 Lowo owenza isono ungokaSathane, ngoba uSathane ubelokhu esona kusukela ekuqaleni. Isizathu iNdodana kaNkulunkulu yabonakala ukuba ichithe umsebenzi kaSathane. 9 Kakho ozelwe nguNkulunkulu ozaqhubeka esona, ngoba inzalo kaNkulunkulu ihlala kibo; abanakuqhubeka bona, ngokuba bazelwe nguNkulunkulu. 10 Nansi indlela esazi ngayo ukuthi bangobani abantwana bakaNkulunkulu nokuthi bangobani abantwana bakaSathane: Noma ubani ongenzi okulungile akayena umntwana kaNkulunkulu, futhi nanoma ubani ongamthandi umfowabo nodadewabo. 1 Johane3

 

1 Wonke okholwa ukuthi uJesu unguKristu uzelwe nguNkulunkulu, njalo wonke othanda uBaba uthanda lozelwe nguye. 2Ngalokhu siyazi ukuthi siyabathanda abantwana bakaNkulunkulu: nxa sithanda uNkulunkulu, sigcina imiyalo yakhe. 1 Johane 5

But the fruit of the Spirit is love, joy, peace, forbearance, kindness, goodness, faithfulness, 23 gentleness, es, and self-control. Against such things, there is no law.
bottom of page